Mina injabulo kulomhlaba angiyazi, Ngoba selokhe ngaphaphama izinto ezinhle ziyabalekelana nami yee.
Mina injabulo kulomhlaba angiyazi, ngoba selokhe ngaphaphama izinto ezinhle ziyabalekelana nami yee.
Mina injabulo kulomhlaba angiyazi, ngoba selokhe ngaρhaρhama izinto [C7]ezinhle ziyabalekelana nami yee.
Ngyazi akekho oseke wangitshela ukuthi izinto [C7]zizoba lula.
Ngyazi akekho oseke wangitshela ukuthi inhliziyo ayizukuρhuka.
Kodwa ekukhuleni kwami njengoba ngikhula mina, izinto [C7]ziyaguquka.
Kahle kahle mina nenjabulo syaρhambana, kanti kunini okwami ukulunga.
Ngeke ngeke mina.
Why eyami impilo kumele ifoswe?
Why ingabekwa kulaba ekumele batotoswe.
Engithi why, why, why, why?
Mhlasimpe ziyabaleka mina izinto [C7]engithi mangihlanganisa empilweni yami zihlangane.
Mhlasimpe zingcosana ezinto [C7]esengisebenzele mina lezi eziningi zidinga ngilandele.
Sengaze ngasola nokuthi khona umshoρhi othile owenza ukuthi ezinhle zingibalekele.
Kanti mina ngumuntu onjani?
Ngumuntu ofanelwe okunjani ngoba ngihlezi ngikhala.
Mina injabulo kulomhlaba angiyazi, ngoba selokhe ngaρhaρhama izinto [C7]ezinhle ziyabalekelana nami yee.
Mina injabulo kulomhlaba angiyazi, ngoba selokhe ngaρhaρhama izinto [C7]ezinhle ziyabalekelana nami yee.
Mina injabulo kulomhlaba angiyazi, ngoba selokhe ngaρhaρhama izinto [C7]ezinhle ziyabalekelana nami yee.
Sengyayibona lento [C7]yami isuka kude.
Manje angazi noma umdali noma isandla somuntu.
Noma mhlasimpe sekwamacala abazali zali zali, abadala bayangivalela.
Noma mhlasimpe ngiqinisile lesi isandla somuntu esenza impilo intenga ntenge.
Noma mhlasimpe inkinga ikumina, ngibuka abantu kakhulu ngihlulwe ukuziρhantela.
Kodwa ke into [C7]engiyibukayo iyona nto [C7]ezongibulala le, ngoba ngyazahlulela.
Inkinga angisathembi mangabe [Am]ngigqugquzelwa ngethemba bo.
Impela angisayingeni, angisazi nokuthi ngangilishiyeρhi lona.
Ngoba ρhela kade ngangigilwa, lona belikuρhi impilo ingivivinya.
Izinto [C7]ezinhle zisho ukuρhika namanje azivumi, impilo iyabhimba wee.
Iyelele
Mina injabulo kulomhlaba angiyazi, ngoba selokhe ngaρhaρhama izinto [C7]ezinhle ziyabalekelana nami yee.
Mina injabulo kulomhlaba angiyazi, ngoba selokhe ngaρhaρhama izinto [C7]ezinhle ziyabalekelana nami yee.
Mina injabulo kulomhlaba angiyazi, ngoba selokhe ngaρhaρhama izinto [C7]ezinhle ziyabalekelana nami yee.
Đăng nhập hoặc đăng ký để bình luận
Đăng nhập
Đăng ký