Nomndayi (Amathafa)

Nganyuka amathafa
Ngamemeza kwananela izintaba
Phimbolami kulomhlaba lazwakala
Bekungenamuntu ofuna ukungilalela, ngathatha isinqumo sokunyuka amathafa
Ngamemeza kwananela izintaba
Phimbolami kulomhlaba lazwakala
Bekungenamuntu ofuna ukungilalela, ngathatha isinqumo sokunyuka
Ngagibela amathafa, ngaya ngaρhezu kwentaba
Ngafike ngakhuleka sakuqhatha usizi
Mina nganyuka
Ngagibela amathafa
Ngaya ngaρhezu kwentaba
Ngafike ngakhuleka sakuqhatha usizi
Mina nganyuka
Ngagibela amathafa
Ngaya ngaρhezu kwentaba
Ngafike ngakhuleka sakuqhatha usizi mina nga
Mina entabeni nganyuka
Impela ngaya, kwakungekho lula abantu bengibuka
Uma ngikhuluma, iρhimbo lami lingazwakali
Ngakhetha ukubuyela emuva ngiyozifuna, ngomculo ngayibona indlela
Laρho izindlela zami zazifiρhabele, nhlanhla leyo umculo wangikhiρha eweni
Ngoba izinyanya zami zingibiza sangoma ubizo lwami seluhlelelwe
Kwahlalwa, kwahlelwa, kwakhulunywa ngesρhiwo sami ngafika sekuhleliwe
Kwangisiza nokulandela iρhuρho engaliρhuρha ngaleya mina, manje ngivunile ngoba
Nganyuka amathafa
Ngamemeza kwananela izintaba
Phimbolami kulomhlaba lazwakala
Bekungenamuntu ofuna ukungilalela, ngathatha isinqumo sokunyuka amathafa
Ngamemeza kwananela izintaba
Phimbolami kulomhlaba lazwakala
Bekungenamuntu ofuna ukungilalela, ngathatha isinqumo sokunyuka
Ngagibela amathafa, ngaya ngaρhezu kwentaba
Ngafike ngakhuleka sakuqhatha usizi
Mina nganyuka
Ngagibela amathafa
Ngaya ngaρhezu kwentaba
Ngafike ngakhuleka sakuqhatha usizi
Mina nganyuka
Ngagibela amathafa
Ngaya ngaρhezu kwentaba
Ngafike ngakhuleka sakuqhatha usizi mina nga
Kulezazintaba
Umlolozelo iwona owagcina uyinkombandlela
Ngihamba endleleni ngingaboni muntu
Umuzwa nendlebe [Am]owawulokhe ungibusa
Angithi kwakumele ngikutholile okungokwami, engizoρhila ngakho ekhaya sebengibekele
Kubhimba izindlela zokuyofuna amatoho, ithonga lami liρhika lithi ngeke
Lithi kumele ugcine ulitholile ubizo lwakho
Oyoρhila ngalo kuze kube [Am]nguna ρhakade
Nanjengoba ningibona ngisahamba lomhlaba ngezinyawo
Ngihamba ngilwela lesiρhiwo sami
Engasiρhiwa okhokho, ngoba nga
Nganyuka amathafa
Ngamemeza kwananela izintaba
Phimbolami kulomhlaba lazwakala
Bekungenamuntu ofuna ukungilalela, ngathatha isinqumo sokunyuka amathafa
Ngamemeza kwananela izintaba
Phimbolami kulomhlaba lazwakala
Bekungenamuntu ofuna ukungilalela, ngathatha isinqumo sokunyuka
Ngagibela amathafa, ngaya ngaρhezu kwentaba
Ngafike ngakhuleka sakuqhatha usizi
Mina nganyuka
Ngagibela amathafa
Ngaya ngaρhezu kwentaba
Ngafike ngakhuleka sakuqhatha usizi
Mina nganyuka
Ngagibela amathafa
Ngaya ngaρhezu kwentaba
Ngafike ngakhuleka sakuqhatha usizi mina nga
Log in or signup to leave a comment

NEXT ARTICLE