Nxa Ebizwa Amagama (Names Shall Be Called Out In The Last Day)

Nxa ebizwa amagama elizweni laphaya
Ekuseni okungayikuhlwa qha
Bephelele abeNkosi khona lapho ekhaya
Ngothi yebo, Nkosi, nangu mina la

E, mawushe umsebenzi yonk' imihla ngise la
Mangishumayele zona ezeNkosi
Khona kothi nxa ngiqeda, sengilizw' igama lami
Ngothi, yebo, Nkosi, nangu mina la.

Ngalo lona lolusuku bevukile abeNkosi
Behlotshiswe ubukhosi bayo le
Sebebuthwa abakhethwa bengeniswa ekhaya.
Ngothi yebo, Nkosi, nangu mina la.

Ebab' uNtshakala asambe [Am]bo

Sebebuthwa abakhethwa bengeniswa ekhaya.
Ngothi yebo, Nkosi, nangu mina la.
Sebebuthwa abakhethwa bengeniswa ekhaya.
Ngothi yebo, Nkosi, nangu mina la.

Asambe, 'samb, 'sambe, 'sambe
Asambe, 'samb, 'sambe, 'sambe
Ehheee

Ebab' uNtshakala, uzothini

Mina ngothi,mina ngothi
Mina ngothi,mina ngothi
Mina ngothi,mina ngothi
Mina ngothi,mina ngothi

Mina ngothi,mina ngothi
Sebebuthwa abakhethwa bengeniswa ekhaya.
Ngothi yebo, Nkosi, nangu mina la.

Mina ngothi, hhay shiya
Đăng nhập hoặc đăng ký để bình luận